Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 3:36 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 nokona umuntu ecaleni lakhe, iNkosi ayikuboni lokhu na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 lapho icala lomangalelwe lihlanekezelwa, ngabe iNkosi ayikuboni lokho na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

36 INkosi kayivumi ukubukela phansi umuntu ebhizinisini lakhe.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 3:36
8 Referans Kwoze  

Wena omehlo akho ahlambulukile ukuba ungaboni okubi, ungenakubheka ukuhlanekezela, ubhekelani abakhohlisayo, uthulelani lapho omubi egwinya olungileyo kunaye,


Iqiniso lisilele; osuka ebubini uzenza impango; uJehova wakubona lokho, kwaba kubi emehlweni akhe ukuthi ukwahlulela akukho.


Usho kanje uJehova, uthi: Yenzani izahlulelo nokulunga, nophule ophangiweyo esandleni somcindezeli, ningoni, ningadluzuli abafokazi, nezintandane, nabafelokazi, ningachithi igazi elingenacala kule ndawo.


Sekuphelile ukulila, uDavide wathuma wamletha endlini yakhe; waba ngumkakhe, wamzalela indodana. Kepha leyo nto eyenziwe nguDavide yayimbi emehlweni kaJehova.


“Uma kukhona ukuxabana phakathi kwabantu, baye ukwahlulelwa, kuthethwe icala labo, bayakuyekela olungileyo, balahle onecala,


Isizwe sakho, Jehova, bayasiphohloza, nefa lakho balinyathela phansi.


Uma uthi: “Bheka, besingakwazi,” akakuqondi yini olinganisa izinhliziyo, nolonda umphefumulo wakho akakwazi, na? Futhi akayikuphindisela bonke abantu ngokwemisebenzi yabo na?


Jehova, uyabona ukoniwa kwami; thetha indaba yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite