Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsiLilo 3:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngingumuntu obone ukuhlupheka ngentonga yentukuthelo yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Ngingumuntu ohlupheke kakhulu, uNkulunkulu ungijezisile ngentukuthelo yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Mina ngingumuntu owabona usizi ngentonga yolaka lwakhe.

Gade chapit la Kopi




IsiLilo 3:1
12 Referans Kwoze  

Kuyangisinda ukuthukuthela kwakho; amadlambi akho onke ayangicindezela phansi. Sela*


Ngihawukeleni, ngihawukeleni, nina bangane bami, ngokuba isandla sikaNkulunkulu singithintile.


Zase zimthatha uJeremiya, zamphonsa emgodini kaMalikhiya indodana yenkosi owawusegcekeni letilongo, bamehlisa uJeremiya ngezintambo. Emgodini kwakungekho manzi, udaka lodwa; uJeremiya washona odakeni.


Yayideleliwe, yashiywa ngabantu, umuntu wobuhlungu owazi ukugula; yeyiswa injengosithezelwa ubuso ngabantu, asiyishayanga nto yalutho.


Wena owasizwisa izinhlupheko eziningi ezimbi, uyakubuye usiphilise, usikhuphule ezinzulwini zomhlaba.


abesilisa, nabesifazane, nabantwana, namadodakazi enkosi, nabo bonke abantu uNebuzaradani induna yabalindi ayebashiyile kuGedaliya indodana ka-Ahikamu kaShafani, noJeremiya umprofethi, noBaruki indodana kaNeriya,


Izinsuku zami zinjengethunzi elandayo; mina uqobo ngiyabuna njengotshani.


Ngokulimala kwendodakazi yabantu bami ngilimele; ngidabukile, ukumangala kungibambile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite