Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 9:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngaleyo mihla abantu bayakufuna ukufa, bangaze bakufumana; futhi bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngaleyo mihla abantu bayakukufuna ukufa, kodwa bangakufumani; futhi bayakukufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekele.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Ngalezo zinsuku abantu bayakufuna ukufa, kepha abayikukuthola; bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngalezo zinsuku abantu bayakufuna ukufa, kepha abayikukuthola; bayakufisa ukufa, kepha ukufa kubabalekela.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 9:6
9 Referans Kwoze  

Ukufa kuyakukhethwa kunokuphila yinsali yonke esele kulowo mndeni omubi, esele ezindaweni zonke, lapho ngiyixoshele khona, usho uJehova Sebawoti.’


Khona “ ‘bayakuqala ukuthi ezintabeni: “Welani phezu kwethu,” nasemagangeni: “Sisibekeleni.” ’


base bethi ezintabeni nasemaweni: “Welani phezu kwethu, nisisithe ebusweni balowo ohlezi esihlalweni sobukhosi nasolakeni lweWundlu,


Bayakungena emihumeni yamadwala nasemigodini yomhlaba ngokwesabeka kukaJehova nangodumo lobukhosi bakhe, lapho evuka ukushaya umhlaba ngovalo.


Izindawo eziphakemeyo zase-Aveni, isono sakwa-Israyeli, ziyakuchithwa; ameva namakhakhasi ayakukhuphukela ema-altare abo; bayakuthi kuzo izintaba: “Sisibekeleni,” nakuwo amagquma: “Welani phezu kwethu.”


“Wathi kimi: ‘Ake ume ngakimi, ungibulale, ngokuba ngishaywe yisiyezi, nokuphila kusekhona kimi.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite