Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 5:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kwakungekho namunye ezulwini, nasemhlabeni, nangaphansi komhlaba owayenamandla okuyivula incwadi, abuke kuyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kwakungekho namunye ezulwini nasemhlabeni, nangaphansi komhlaba owayenamandla okuyivula incwadi, nokuba nje abuke kuyo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Kwakungekho-muntu ezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, owayenamandla okuyivula incwadi, nokubheka kuyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kwakungekho-muntu ezulwini, nasemhlabeni, naphansi komhlaba, owayenamandla okuyivula incwadi, nokubheka kuyo.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 5:3
6 Referans Kwoze  

Nakho konke okudaliweyo okusezulwini, nokusemhlabeni, naphansi komhlaba, naselwandle, nakho konke okukukho, ngakuzwa kuthi: “Kuyena ohlezi esihlalweni sobukhosi nakulo iWundlu makube yisibusiso, nodumo, nenkazimulo, namandla kuze kube phakade naphakade.”


Ngokuba “ngubani owawazi umqondo weNkosi na? Nokuba ngubani owaba ngumeluleki wayo na?”


Kepha lapho ngibheka, akukho muntu, akakho phakathi kwabo umluleki ongaphendula ngazwi, lapho ngibabuzayo.


ukuze kuthi ngegama likaJesu amadolo onke aguqe, awabasezulwini, nawabasemhlabeni, nawabangaphansi komhlaba,


Ngakhala kakhulu ngokuba kungafunyanwanga namunye ofanele ukuyivula leyo ncwadi, abuke kuyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite