Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 17:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 ayisihlanu asewile, enye ikhona, enye ayikafiki; nanxa isifikile, kumelwe ukuba ihlale isikhashana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Ayisihlanu kuwo asewile, enye isekhona, enye ayikafiki, nalapho isifikile kufanele ihlale isikhashana.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Futhi angamakhosi ayisikhombisa: ayisihlanu asewile, enye ikhona, enye ayikafiki; njalo nxa isifikile, izahlala isikhashana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Futhi angamakhosi ayisikhombisa: ayisihlanu asewile, enye ikhona, enye ayikafiki; njalo nxa isifikile, izahlala isikhashana.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 17:10
6 Referans Kwoze  

Zase zithi kimi: “Kumelwe ukuba uphinde uprofethe ngabantu abaningi, nezizwe, nezilimi, namakhosi.”


Nesilo esasikhona, kepha esingasekho, singesesishiyagalombili, sikuwo ayisikhombisa, siya ekubhujisweni.


Kuyakuthi ngalolo suku iTire likhohlakale iminyaka engamashumi ayisikhombisa njengezinsuku zankosinye. Ngasekupheleni kweminyaka engamashumi ayisikhombisa kuyakuba khona kulo iTire njengasesihlabelelweni sesifebe:


Elinye lamakhanda aso kungathi lalidebezwe okokufa, kepha ingozi yaso yokufa yelashwa, umhlaba wonke walandela isilo, umangala;


Amandla onke esilo sokuqala siyawenza phambi kwaso. Siyenza ukuba umhlaba nabo bonke abakhileyo kuwo bakhuleke kuso isilo sokuqala esingozi yaso yelashwa.


Izimpondo eziyishumi owazibonayo, nesilo, lezi ziyakusizonda isifebe, zisenze incithakalo, sibe yize, zidle inyama yaso, zisishise ngomlilo, zisiqede;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite