IsAmbulo 16:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Neyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi, kwase kuba yigazi. Gade chapit laIsiZulu 20204 Eyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi, kwase kuphenduka igazi. Gade chapit laBaasraak Zulu New Testament Bible4 Eyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi; zaba ligazi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20244 Eyesithathu yathululela isitsha sayo emifuleni nasemithonjeni yamanzi; zaba ligazi. Gade chapit la |
Ngalokho ekufikeni kwami kwaba ngani ukuba kungabikho muntu, nasekubizeni kungabikho ophendulayo, na? Isandla sami sifinyeziwe nokufinyezwa, ukuze singahlengi na? Noma angisenamandla okophula na? Bheka, ngokukhuza kwami ngiyomisa ulwandle, ngenze imifula ibe yihlane; izinhlanzi zalo ziyanuka, ngokuba awakho amanzi, ziyafa ukoma.