Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 14:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ohlezi phezu kwefu wayeseliphonsa isikela emhlabeni; wawusuvunwa umhlaba.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ohlezi phezu kwefu waliphonsa isikela emhlabeni; wawusuvunwa umhlaba.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Ohlezi phezu kwefu waliphonsa isikela lakhe emhlabeni; futhi umhlaba wavunwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ohlezi phezu kwefu waliphonsa isikela lakhe emhlabeni; futhi umhlaba wavunwa.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 14:16
7 Referans Kwoze  

Ingelosi yayisiliphonsa isikela layo emhlabeni, yawuvuna umvini womhlaba, yawuphonsa esikhamweni sewayini esikhulu solaka lukaNkulunkulu.


Ngase ngibona; bheka, nanto ifu elimhlophe, naphezu kwefu kuhlezi ofana nendodana yomuntu enomqhele wegolide ekhanda lakhe nasesandleni sakhe enesikela elibukhali.


Ngokuba iNdodana yomuntu iyakuza ngenkazimulo kaYise kanye nezingelosi zayo; khona-ke iyakuvuza yilowo nalowo ngesenzo sakhe.


Enye ingelosi yayisiphuma ethempelini, imemeza ngezwi elikhulu, ithi kohlezi phezu kwefu: “Faka isikela lakho, uvune, ngokuba kufikile isikhathi sokuvuna, ngokuba sekomile okuvunwayo komhlaba.”


Enye ingelosi yayisiphuma ethempelini elisezulwini, nayo inesikela elibukhali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite