IsAmbulo 13:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE17 ukuba angabikho ongathenga nokuba athengise, uma engenalo uphawu, igama lesilo noma isibalo segama laso. Gade chapit laIsiZulu 202017 nokuba kungabi bikho oyothenga noma athengise ngalo, ngaphandle kwalowo onophawu, igama lesilo noma inombolo yegama laso. Gade chapit laBaasraak Zulu New Testament Bible17 Nokuba kungabikho muntu othenga noma athengise, kuphela onophawu, igama lesilo, noma isibalo segama laso. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202417 Nokuba kungabikho muntu othenga noma athengise, kuphela onophawu, igama lesilo, noma isibalo segama laso. Gade chapit la |
Ngase ngibona izihlalo zobukhosi; bahlala kuzo, banikwa ukwahlulela; ngabona nemiphefumulo yababenqunywe amakhanda ngenxa yokufakaza ngoJesu nangenxa yezwi likaNkulunkulu, nalabo abangakhulekanga kuso isilo nomfanekiso waso, nabangamukelanga uphawu lwesilo ebunzini labo nasesandleni sabo; baphila, babusa kanye noKristu iminyaka eyinkulungwane.