Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IsAmbulo 10:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Izwi engalizwa livela ezulwini lase liphinda likhuluma nami, lithi: “Hamba uye uthabathe incwadi evulekileyo esesandleni sengelosi emi phezu kolwandle naphezu komhlabathi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Izwi engalizwa livela ezulwini laphinda futhi lakhulma nami, lathi: “Hamba uthabathe incwadi evulekileyo esesandleni sengelosi emi phezu kolwandle naphezu komhlaba.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Izwi engalizwa ezulwini labuye lakhuluma kimi, lathi: “Hamba uthathe incwadi encane evuliwe esandleni sengelosi emi phezu kolwandle nasemhlabeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Izwi engalizwa ezulwini labuye lakhuluma kimi, lathi: “Hamba uthathe incwadi encane evuliwe esandleni sengelosi emi phezu kolwandle nasemhlabeni.

Gade chapit la Kopi




IsAmbulo 10:8
4 Referans Kwoze  

iphethe esandleni sayo incwadi encane evulekileyo. Yayisimisa unyawo lwayo lokunene phezu kolwandle nolokhohlo phezu komhlabathi,


nezindlebe zakho ziyakuzwa izwi emva kwakho, lithi: “Nansi indlela; hambani ngayo,” noma niphambuka ngakwesokunene, noma niphambuka ngakwesokhohlo.


Ngase ngibheka, naso isandla saselulelwe kimi, naphakathi kwaso, bheka, ngumqulu wencwadi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite