Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hoseya 8:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Noma ngimlobela imithetho yami kaningi, iyashaywa okungaziwayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Noma ngimlobele okuningi komthetho wami, kodwa lokho bakubona njengento abayeshwamayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngamlobela izinto ezinkulu zomthetho wami, kodwa kwathiwa uyisimangaliso.

Gade chapit la Kopi




Hoseya 8:12
14 Referans Kwoze  

Ngakho-ke umthetho ungcwele, nomyalo ungcwele, ulungile, muhle.


Ngalokho kuyini umJuda adlula abanye ngakho na? Kukho, ukusoka kunokusiza kuni na?


Abantu bami babhujiswa ngokuswela ukwazi; ngokuba ukulahlile ukwazi nami ngiyakukulahla wena, ungabi ngumpristi wami; lokhu ukhohliwe umthetho kaNkulunkulu wakho nami ngiyakukhohlwa abantwana bakho.


Ngabanika izimiso zami, ngabazisa izahlulelo zami umuntu ayakuphila ngazo uma ezenza.


Bangabantwana abahlubukileyo, abantwana abaqamba amanga, abantwana abangathandi ukuzwa umthetho kaJehova,


Angithi ngilobile kuwe nangaphambili ngeziluleko nangokwazi,


Vula amehlo ami ukuba ngibone izimangaliso zasemthethweni wakho.


ingani uyazonda ukuqondiswa, amazwi ami uwalahla emva kwakho, na?


“Kepha babengalaleli, bakuhlubuka, balahla nyovane umthetho wakho, bababulala abaprofethi bakho abafakaza ngabo ukubabuyisela kuwe, benza izithuko ezinkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite