Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hoseya 4:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Umoya ubasongile ngamaphiko awo; bayakujabha ngemihlatshelo yabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Umoya ubasongile ngamaphiko awo, bayakujabha ngemihlatshelo yabo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Umoya umbophile ngamaphiko akhe, futhi bayoba namahloni ngemihlatshelo yabo.

Gade chapit la Kopi




Hoseya 4:19
13 Referans Kwoze  

“Yebo, bayakuba namahloni ngama-oki* enawanxanelayo, niyangaze ngamasimu enawakhethayo.


“Noma enezithelo phakathi kwabafowabo, kuyakufika umoya wasempumalanga, umoya kaJehova ovela ehlane; besewujabha umthombo, isiphethu sishe; uyakuphanga ingcebo yakhe, zonke izinto ezinxanelekayo.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngiyakuvusela iBabele nabakhileyo eLebi Khamayi umoya womchithi.


U-Efrayimi uyadla umoya, ulandela umoya wasempumalanga; uyandisa imihla yonke amanga nencithakalo; benza isivumelwano ne-Asiriya, namafutha ayiswa eGibithe.


Iyakuyiswa e-Asiriya ibe yisipho kuyo inkosi uJarebi; u-Efrayimi uyakwamukela ihlazo, u-Israyeli ajabhe ngeziluleko zakhe.


O, themba lika-Israyeli, Jehova, bonke abakushiyayo bayakujabha; abachezuka kimi bayakulotshwa emhlabathini, ngokuba bamshiyile uJehova, umthombo wamanzi aphilayo.


Bayakubuyiselwa emuva, bajabhe nokujabha labo abethemba ezithombeni ezibaziweyo, abasho ezithombeni ezibunjiweyo ukuthi: ‘Ningonkulunkulu bethu.’


Lapho ngithanda, ngiyabajezisa; abantu babahlanganyele ekubabopheleni ebubini obubili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite