Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Hagayi 1:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 ngosuku lwamashumi amabili nane ngenyanga yesithupha ngomnyaka wesibili kaDariyu inkosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 ngosuku lwama-24, ngenyanga yesithupha, ngonyaka wesibili wokubusa kwenkosi uDariyu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngosuku lwamashumi amabili nane lwenyanga yesithupha, ngomnyaka wesibili wenkosi uDariyu.

Gade chapit la Kopi




Hagayi 1:15
6 Referans Kwoze  

Ngomnyaka wesibili kaDariyu inkosi ngenyanga yesithupha ngosuku lokuqala lwenyanga lafika izwi likaJehova ngesandla sikaHagayi umprofethi kuZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nakuJoshuwa indodana kaJehosadaki, umpristi omkhulu, ngokuthi:


Izwi likaJehova lafika ngokwesibili kuHagayi ngolwamashumi amabili nane lwenyanga, lathi:


Ngolwamashumi amabili nane lwenyanga yesishiyagalolunye ngomnyaka wesibili kaDariyu izwi likaJehova lafika kuHagayi umprofethi, lathi:


Ngenyanga yesikhombisa ngolwamashumi amabili nanye lwenyanga izwi likaJehova lafika ngesandla sikaHagayi umprofethi, lathi:


UJehova wavuselela umoya kaZerubabele indodana kaSheyalitiyeli, umbusi wakwaJuda, nomoya kaJoshuwa indodana kaJehosadaki, umpristi omkhulu, nomoya wensali yonke yabantu, bafika, benza umsebenzi endlini kaJehova Sebawoti, uNkulunkulu wabo,


Ngenyanga yesishiyagalombili ngomnyaka wesibili kaDariyu izwi likaJehova lafika kuZakariya indodana kaBerekiya ka-Ido, umprofethi, lathi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite