Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 9:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Ngalokho babiza lezo zinsuku ngokuthi iPhurimi ngegama lePhure. Ngalokho ngenxa yawo onke amazwi aleyo ncwadi, nangenxa yalokho abebekubonile ngale ndaba, nalokho okubehleleyo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Yingakho lezo zinsuku zabizwa ngokuthi “yiPhurimi” kususelwa egameni elithi: “iPhure.” Ngenxa yezincwadi zikaMoridekhayi nangenxa yakho konke okwabehlela,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Kungakho namuhla baqamba igama elithi iPhurimi ngegama lePhure. Ngakho, ngenxa yawo wonke amazwi ale ncwadi, nalokho abakubonayo, abafika kubo ngale ndaba,

Gade chapit la Kopi




Esteri 9:26
5 Referans Kwoze  

UMoridekayi waziloba lezo zindaba, wathuma izincwadi kubo bonke abaJuda ababe sezifundeni zonke zenkosi u-Ahashiveroshi, abaseduze nabakude,


“ ‘Kuyakuthi ngalolo suku ngimnike uGogi lapho indawo yethuna, kwa-Israyeli, isiGodi Sabadlulayo ngasempumalanga kolwandle, ivimbe abadlulayo, bembele khona uGogi naso sonke isixuku sakhe, bayibize ngokuthi isiGodi saseHamoni Gogi.


ibe yisikhumbuzo kubantwana bakwa-Israyeli, ukuze umfokazi ongesiye owenzalo ka-Aroni angasondeli ukushisa impepho phambi kukaJehova, angabi njengoKora neviyo lakhe, njengalokho uJehova wakhuluma kuye ngesandla sikaMose.


Izwi lika-Esteri laqinisa lezo zindaba zePhurimi, kwalotshwa encwadini.


Ngenyanga yokuqala eyinyanga kaNisani ngomnyaka weshumi nambili wenkosi u-Ahashiveroshi benza iPhure eliyinkatho phambi kukaHamani imihla ngemihla izinyanga ngezinyanga, kwaze kwaba ngeyeshumi nambili eyinyanga ka-Adari.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite