Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 9:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 AbaJuda bakwamukela ukwenza lokho abakuqalileyo, nalokho ayekulobe kubo uMoridekayi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 AbaJuda bakwemukela lokho abase bekuqalile nalokho uMoridekhayi ayebabhalele khona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 AmaJuda avuma ukwenza njengalokho ayeqalile, nanjengoba uMoridegayi wayewabhalele wona;

Gade chapit la Kopi




Esteri 9:23
2 Referans Kwoze  

njengezinsuku abaJuda abathola ngazo ukuphumula ezitheni zabo nenyanga eyaguqulwa kubo osizini yaba ngeyokuthokoza nasekulileni kwaba lusuku oluhle, bazenze zibe yizinsuku zedili nezokuthokoza nezokuthumelana izipho omunye komunye, kanye nezipho kwabampofu.


ngokuba uHamani indodana kaHamedatha umAgagi, isitha sabo bonke abaJuda, wayecebile ngabaJuda ukuba abachithe, waphonsa iPhure eliyinkatho ukuba abanqobe, abachithe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite