Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 9:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Abanye abaJuda ababe sezifundeni zenkosi babuthana, bamela ukuphila kwabo, baphumula ezitheni zabo, babulala abayizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nanhlanu ababazondayo, kepha ababekanga izandla zabo empangweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 AbaJuda ababehlala ezifundazweni zenkosi bahlangana, bazivikela, bakhululeka ezitheni zabo, babulala amadoda ayizi-75 000, kodwa abathatha mpango.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kodwa abanye abaJuda ababesezifundeni zenkosi babuthana, bamela ukuphila kwabo, baphumula ezitheni zabo, babulala ezitheni zabo eziyizinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nanhlanu, kepha ababambanga izandla zabo empangweni.

Gade chapit la Kopi




Esteri 9:16
6 Referans Kwoze  

inkosi eyavumela ngakho abaJuda ababesemizini ngemizi ukuba babuthane, bamele ukuphila kwabo, bachithe, babulale, babhubhise onke amabutho abantu nawesifunda abahlaselayo, izingane nabesifazane, impahla yabo ibe yimpango,


AbaJuda babuthana emizini yabo ezifundeni zonke zenkosi u-Ahashiveroshi ukuba babeke izandla kulabo ababefuna ukubalimaza; akubangakho ongamelana nabo, ngokuba abantu bonke babehlelwe yingebhe ngabo.


Amadodana kaJakobe ayesefica ababuleweyo, aphanga umuzi, ngokuba babengcolisile udadewabo.


Inkemba yabo izakungena kweyabo inhliziyo, iminsalo yabo yaphulwe.


ukuba benze impindiselo kubo abezizwe nezijeziso kubantu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite