Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 6:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Besakhuluma naye, zafika izinduna zenkosi, zashesha ukumyisa uHamani edilini u-Esteri alilungisileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Besakhuluma naye uHamani, kwafika abathenwa benkosi, bephuthuma ukuzomlanda uHamani ukuze aye edilini u-Esteri ayelilungisile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwathi zisakhuluma naye, kwafika izinceku zenkosi, zamphuthumisa uHamani esidlweni u-Esteri ayesilungisile.

Gade chapit la Kopi




Esteri 6:14
5 Referans Kwoze  

Uma ngifumene umusa emehlweni enkosi noma kukuhle enkosini ukunginika lokho engikucelayo nokwenza lokho engikufunayo, makuze inkosi noHamani edilini engiyakubalungisela lona; ngiyakwenza kusasa njengezwi lenkosi.”


Wayesethi uZereshi umkakhe nabo bonke abangane bakhe kuye: “Yenza umuthi, ukuphakama kwawo kube yizingalo ezingamashumi ayisihlanu, ukhulume ekuseni enkosini ukuba uMoridekayi aphanyekwe kuwo, besewungena ngokuthokoza kanye nenkosi edilini.” Laba lihle lelo zwi kuHamani, wenza umuthi.


Yathi inkosi: “Msheshiseni uHamani ukuba kwenziwe njengezwi lika-Esteri.” Base beya inkosi noHamani edilini alilungisileyo u-Esteri.


Yafika-ke inkosi noHamani edilini lika-Esteri inkosikazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite