Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 3:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Zase zithi izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi kuMoridekayi: “Weqelani isiyalezo senkosi na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Izikhulu zenkosi ezazisesangweni zambuza uMoridekhayi, zathi: “Kungani weqa umyalo wenkosi na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zathi kuMoridekayi: Kungani weqa umyalo wenkosi na?

Gade chapit la Kopi




Esteri 3:3
5 Referans Kwoze  

Zonke izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zakhothama, zakhuleka kuHamani, ngokuba inkosi iyale kanjalo ngaye. Kepha uMoridekayi akakhothamanga, kakhulekanga kuye.


Lapho izintombi sezibuthwa ngokwesibili, uMoridekayi wahlala esangweni lenkosi.


Kodwa ababelethisi babemesaba uNkulunkulu, abenzanga njengalokho yasho kubo inkosi yaseGibithe, babasindisa abafana.


Kwathi zikhuluma kuye imihla ngemihla, engazilaleli, zamtshela uHamani ukuba zibone ukuthi amazwi kaMoridekayi ayakuma yini, ngokuba wayezitshelile ukuthi ungumJuda.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite