Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Naye uVashiti, inkosikazi, wenzela abesifazane idili endlini yenkosi u-Ahashiveroshi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Indlovukazi uVashiti yabenzela idili abesifazane basesigodlweni senkosi u-Ahasheveroshi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Indlovukazi uVashiti yenzela abesifazane idili endlini yenkosi u-Ahashiveroshi.

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:9
5 Referans Kwoze  

Uma ngifumene umusa emehlweni enkosi noma kukuhle enkosini ukunginika lokho engikucelayo nokwenza lokho engikufunayo, makuze inkosi noHamani edilini engiyakubalungisela lona; ngiyakwenza kusasa njengezwi lenkosi.”


Wathi u-Esteri: “Uma kukuhle enkosini, inkosi noHamani mabeze namuhla edilini engiyilungisele lona.”


Ekubuseni kuka-Ahashiveroshi, ekuqaleni kokubusa kwakhe, baloba bamangalela abakhileyo kwaJuda naseJerusalema.


Ukuphuza kwaya ngomthetho wokuba kungacindezelwa muntu, ngokuba inkosi yayiyalile zonke izinduna zendlu yayo ukuba zenze njengokuthanda kwabantu abanye ngabanye.


Ngosuku lwesikhombisa, lapho inhliziyo yenkosi isithokoza ngewayini, yayala oMehumani, noBizitha, noHaribona, noBigitha, no-Abagitha, noZethari, noKarikasi, izinduna eziyisikhombisa ezazikhonza ebusweni buka-Ahashiveroshi inkosi


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite