Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 yebo, ngaleyo mihla lapho inkosi u-Ahashiveroshi ihlezi esihlalweni sobukhosi sombuso wayo, esasiseShushani endlini yenkosi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Inkosi u-Ahasheveroshi, ngaleso sikhathi, yayibusa ihlezi esihlalweni sayo esasisenhlokomuzi yayo, iShushani,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ukuthi ngalezo zinsuku lapho inkosi u-Ahashiveroshi ihlezi esihlalweni sobukhosi sombuso wayo esigodlweni saseShushani,

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:2
10 Referans Kwoze  

Amazwi kaNehemiya indodana kaHakaliya. Kwathi ngenyanga kaKhisilevi, ngomnyaka wamashumi amabili ngisendlini yenkosi yaseShushani,


Kwathi lapho inkosi ihlala endlini yayo, uJehova eseyiphumuzile ezitheni zayo zonke, nxazonke,


Ngabona embonweni; kwase kuthi ekuboneni kwami ngangiseShushani endlini yenkosi esifundeni sase-Elamu; ngabona-ke embonweni, ngangisemfuleni i-Ulayi.


Futhi uSolomoni usehlezi esihlalweni sobukhosi sombuso.


Mina Nebukadinesari ngangihlezi ngokuthula, ngatamasa endlini yami yobukhosi.


“Hambani nibuthe bonke abaJuda abakhona eShushani, ningizilele ukudla, ningadli, ningaphuzi izinsuku ezintathu ubusuku nemini; nami nezintombi zami siyakuzila kanjalo, ngingene enkosini noma kungengamthetho; uma ngibhubha, mangibhubhe.”


Izigijimi zashesha zahamba ngezwi lenkosi. Umthetho washaywa eShushani endlini yenkosi; inkosi noHamani bahlala phansi, baphuza, kepha umuzi waseShushani wakhungatheka.


inkosi imise ababonisi ezifundeni zonke zombuso wakho ukuba babuthele ndawonye zonke izintombi ezibukekayo eShushani endlini yenkosi endlini yabesifazane phansi kwesandla sikaHegayi induna yenkosi, umgcini wabesifazane, zinikwe izinto zazo zokuqhola.


Kwakukhona umuntu womJuda eShushani endlini yenkosi ogama lakhe lalinguMoridekayi kaJayire kaShimeyi kaKishi wakwaBenjamini,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite