Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Namuhla amakhosikazi asePheresiya naseMediya ayizwile le ndaba yenkosikazi ayakukusho ezikhulwini zenkosi, kube ngukudelela nentukuthelo enkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Khona namuhla amakhosikazi ezikhulu zamaPheresiya namaMediya, uma ezwa ngokuziphatha kwendlovukazi, azomelana nezikhulu zenkosi, kube nendelelo nentukuthelo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngokufanayo, amakhosikazi asePheresiya naseMediya ayakusho namuhla kuzo zonke izikhulu zenkosi ezizwe ngesenzo sendlovukazi. Ngaleyo ndlela kuzovela ukwedelela okukhulu nentukuthelo.

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:18
4 Referans Kwoze  

Wayenabafazi abangamakhulu ayisikhombisa abangamadodakazi amakhosi, nezancinza ezingamakhulu amathathu; omkakhe bayiphambukisa inhliziyo yakhe.


Amakhosazana akhe ahlakaniphileyo amphendula, yebo, wazibuyisela yena uqobo impendulo ngokuthi:


Ngokuba le ndaba yenkosikazi iyakuphumela kubo bonke abesifazane ukuba amadoda abo adeleleke emehlweni abo, lapho kuthiwa inkosi u-Ahashiveroshi yamyala uVashiti, inkosikazi, ukuba alethwe phambi kwayo, kepha akafikanga.


“Uma kukuhle enkosini, makuphume izwi lobukhosi, lilotshwe phakathi kwemithetho yamaPheresiya namaMede, lingalahlwa, lokuba uVashiti angabe esangena phambi kwenkosi u-Ahashiveroshi, inkosi inike omunye omuhle kunaye ubukhosikazi bakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite