Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Esteri 1:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 yathi: “Siyakwenze njani kuyo inkosikazi uVashiti njengomthetho, ngokuba ayenzanga izwi lenkosi u-Ahashiveroshi ngesandla sezinduna, na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Yabuza yathi kubo: “Njengoba ngithumele abathenwa ukuba bayolanda indlovukazi uVashiti, kodwa ayiwugqizanga qakala umyalelo wami, ngabe uthini umthetho maqondana nalolo daba na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngokomthetho, kufanele senzeni ngendlovukazi uVashiti, ngoba akazange enze umyalo wenkosi u-Ahashiveroshi esebenzisa izinduna?

Gade chapit la Kopi




Esteri 1:15
4 Referans Kwoze  

Yayisithi inkosi kuye: “Umuntu inkosi ethanda ukumdumisa wenzelwani na?” UHamani wathi enhliziyweni yakhe: “Ngubani inkosi ebiyakuthanda ukumenzela udumo ngaphandle kwami na?”


Ekubuseni kuka-Ahashiveroshi, ekuqaleni kokubusa kwakhe, baloba bamangalela abakhileyo kwaJuda naseJerusalema.


ababe seduze naye kwakungoKarishena, noShethari, no-Adimatha, noTharishishi, noMeresi, noMarisena, noMemukhani, izikhulu eziyisikhombisa zasePheresiya naseMediya ezaziphambi kobuso benkosi, zihlala emqoka embusweni


UMemukhani wathi phambi kwenkosi nezikhulu: “UVashiti, inkosikazi, akonanga enkosini kuphela, kepha nakuzo zonke izikhulu nakubantu bonke abasezifundeni zenkosi u-Ahashiveroshi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite