Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJuda 1:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Kepha ngiyathanda ukunikhumbuza, nokuba kade benikwazi konke, ukuthi iNkosi, isisindisile isizwe isikhipha ezweni laseGibithe, yabuye yabhubhisa labo abangakholwanga,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Kepha ngithanda ukunikhumbuza, nanxa nikwazi konke lokhu ukuthi iNkosi isisikhululile isizwe eGibhithe, emveni kwalokho yabhubhisa labo abangakholwanga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Ngakho-ke ngiyakunikhumbuza, noma benazi lokhu ngaphambili, ukuthi iNkosi, isisindise abantu ezweni laseGibithe, yabuye yabhubhisa abangakholwanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngakho-ke ngiyakunikhumbuza, noma benazi lokhu ngaphambili, ukuthi iNkosi, isisindise abantu ezweni laseGibithe, yabuye yabhubhisa abangakholwanga.

Gade chapit la Kopi




EkaJuda 1:5
14 Referans Kwoze  

pho-ke, yibaphi abezwayo bacunula na? Akusibo bonke abaphuma eGibithe ngoMose na?


Ngalokho waphakamisa isandla sakhe ngakubo ukuba abawise ehlane,


Le ncwadi, bathandekayo, isingeyesibili enginilobele yona, engivusa ngazo ingqondo yenu emhlophe ngokunikhumbuza,


Kepha nginilobele kokunye ngesibindi njengonikhumbuzayo futhi ngenxa yomusa engiwuphiwe nguNkulunkulu


Kwathi ngalona lolo suku uJehova wakhipha abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


“Noma kunjalo, anikholwanga nokho nguJehova uNkulunkulu wenu


Nina ninokugcotshwa okuvela koNgcwele, niyazi nonke.


Anginilobelanga ngokuba ningalazi iqiniso, kodwa ngokuba niyalazi nangokuba akukho manga avela eqinisweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite