Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 5:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ingcebo yenu ibolile, nezingubo zenu zidliwe yizinundu;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ingcebo yenu ibolile, nezingubo zenu zidliwe yinundu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Inotho yenu ibolile, nezingubo zenu zidliwe yizinundu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Inotho yenu ibolile, nezingubo zenu zidliwe yizinundu.

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 5:2
10 Referans Kwoze  

noma nginyamalala njengokubolayo, njengengubo edliwe yizinundu.


Thengisani ngeninakho, niphe abampofu; nizenzele izikhwama ezingagugiyo, ingcebo engapheliyo ezulwini, lapho kungasondeli sela, kungoni nundu khona.


Bheka, iNkosi uJehova iyakungisiza; ngubani oyakungilahla na? Bheka, bonke bayakuguga njengengubo, badliwe njengezinundu.


Ngokuba inundu iyakubadla njengengubo, nebhu libadle njengoboya bezimvu, kodwa ukulunga kwami kuyakuma kuze kube phakade, nensindiso yami ezizukulwaneni ngezizukulwane.”


sibe nefa elingapheliyo, nelingenasisihla, nelingabuniyo, eniligcinelwe ezulwini;


Intendele efukamela ingazalanga, unjalo owenza ingcebo ngokungalungi; iyakumshiya phakathi nezinsuku zakhe, abe yisiwula ngasekugcineni.


Nxa ulaya umuntu ngesijeziso ngenxa yeziphambeko, ubuhle bakhe ubenza buphele njengenundu; yilowo nalowo muntu ungumoya nje. Sela*


Mina-ke senginjengenundu ku-Efrayimi, nanjengokubola kuyo indlu yakwaJuda.


Ngokuba uma kungena esinagogeni* lenu umuntu onendandatho yegolide nezingubo ezicwebezelayo, kungene nompofu onezingubo ezimbi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite