Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 5:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha phezu kwakho konke, bazalwane bami, ningafungi; ningafungi izulu noma umhlaba noma esinye isifungo; kodwa uyebo wenu makabe nguyebo, noqhabo uqhabo, ukuze ningaweli ekwahlulelweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Ngaphezu kwakho konke bazalwane bami, ningafungi ngezulu noma ngomhlaba noma nganoma yini. Kepha uyebo wenu makabe nguyebo, noqhabo abe nguqhabo, ukuze ningehlulelwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Kepha phezu kwakho konke, bazalwane bami, ningafungi, noma izulu, noma umhlaba, noma esinye isifungo; noCha wenu, cha; funa niwele ekwahlulelweni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kepha phezu kwakho konke, bazalwane bami, ningafungi, noma izulu, noma umhlaba, noma esinye isifungo; noCha wenu, cha; funa niwele ekwahlulelweni.

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 5:12
9 Referans Kwoze  

kunakho konke yibani nokuthandana okunganqamukiyo, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono;


Uma omunye elambile, akadle ekhaya ukuba ningabuthaneli ukulahlwa. Kepha okuseleyo ngokulungisa mhla ngifikayo.


Sithandwa, kunakho konke ngikufisela ukuba ube nenhlanhla nokuphila, njengokuba umphefumulo wakho unenhlanhla.


Ningadukiswa, bazalwane bami abathandekayo.


Niyakwazi lokho, bazalwane bami abathandekayo. Yilowo nalowo muntu makasheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze ukuthukuthela;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite