Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




EkaJakobe 4:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Nga nisho nithi: “Uma iNkosi ithanda, siphila, siyakwenza lokhu nalokho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Empeleni ngabe nithi: “Uma iNkosi ithanda, siyakuphila, senze lokhu nalokhuya.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Ngokuba nifanele ukuthi: Uma iNkosi ithanda, siyakuphila, senze lokhu nalokhuya.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngokuba nifanele ukuthi: Uma iNkosi ithanda, siyakuphila, senze lokhu nalokhuya.

Gade chapit la Kopi




EkaJakobe 4:15
10 Referans Kwoze  

Kukhona amacebo amaningi enhliziyweni yomuntu, kepha isiluleko sikaJehova siyakuma.


Siyakukwenza lokho, uma uNkulunkulu evuma.


Kwasho ubani, kwenzakala, iNkosi ingakuyalelanga, na?


kepha wavalelisa wathi: “Ngizakubuyela futhi kini, uma uNkulunkulu evuma,” wayesesuka e-Efesu ngomkhumbi;


njalo emikhulekweni yami, nginxusa ukuba, uma kungenzeka ngentando kaNkulunkulu, ngiphumelele ukufika kini.


Ngokuba angizukunibona manje nxa ngidlula; ngokuba ngithemba ukuhlala kini isikhathi, uma iNkosi ivuma.


ukuba ngize kini ngokuthokoza, ngentando kaNkulunkulu, ngiphumule kanye nani.


kodwa ngizakuza kini masinyane, uma iNkosi ivuma, ukuze ngazi, angisho amazwi alaba abakhukhumeleyo kepha amandla abo.


Kepha manje niyazibonga ngokuzigabisa kwenu; konke ukuzigabisa okunjalo kubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite