Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 99:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Wakhuluma kubo esensikeni yefu; bagcina ubufakazi bakhe nezimiso abanika zona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Wakhuluma kubo esensikeni yefu, bagcina ubufakazi bakhe nezimiso abanika zona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Wakhuluma kubo esensikeni yefu, bagcina ubufakazi bakhe nesimiso abanika sona.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 99:7
12 Referans Kwoze  

Kwathi uMose engena etendeni, insika yefu yehla, yema ngasemnyango wetende; uJehova wakhuluma noMose.


UJehova wehla esensikeni yefu, wema ngasemnyango wetende, wabiza o-Aroni noMiriyamu; baphuma bobabili.


“Bhekani, nginifundisile izimiso nezahlulelo njengokungiyala kukaJehova uNkulunkulu wami ukuthi niyakwenza kanjalo phakathi kwezwe eningena kulo ukulidla.


owayethembeka kuyena owammisayo, njengoMose naye wayenjalo endlini yakhe yonke.


Ophendula indlebe yakhe ekuzweni umthetho, nomkhuleko wakhe uyisinengiso.


Wathuma ubumnyama, wenza kwaba mnyama, kepha baphambana namazwi akhe.


owathi ngoyise nangonina: ‘Angibabonanga,’ angabavuma futhi abafowabo, angabazi abantwana bakhe, ngokuba baliqaphele izwi lakho, bagcina isivumelwano sakho.


Wenze njalo uMose; njengakho konke uJehova amyale ngakho, wenze njalo-ke.


UJehova wathi kuMose: “Bheka, ngiza kuwe ngefu elinzima ukuba abantu bezwe, nxa ngikhuluma nawe, bakholwe nguwe kuze kube phakade.” UMose walandisa uJehova amazwi abantu.


UMose wathukuthela kakhulu, wathi kuJehova: “Unganaki umnikelo wabo; angithathanga nayinye imbongolo kubo, futhi angilimazanga namunye kubo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite