Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 98:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngamacilongo nangokukhala komtshingo hlokomani ngezwi lokuhalalisa phambi kweNkosi uJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 ngamacilongo nangokukhala komtshingo, hlokomani ngezwi lokuhalalisa phambi kweNkosi uSimakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Khamulukani ngamacilongo nangecilongo phambi kukaJehova, iNkosi.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 98:6
9 Referans Kwoze  

Unegama lilotshiwe engutsheni yakhe nasethangeni lakhe elithi: INKOSI YAMAKHOSI NOMBUSI WABABUSI


UHezekiya wayala ukunikela ngomnikelo wokushiswa e-altare. Ngesikhathi sokuqala komnikelo wokushiswa kwaqala nesihlabelelo sikaJehova, namacilongo, kanye nezinto zokubethwa zikaDavide inkosi yakwa-Israyeli.


Bafunga kuJehova ngezwi elikhulu, nangokukhamuluka, nangamacilongo, nangemitshingo.


“Khona iNkosi izakuthi kwabangakwesokunene sayo: ‘Zanini nina enibusisiwe nguBaba, nidle ifa lombuso eniwulungiselweyo selokhu kwasekelwa umhlaba.


Wonke u-Israyeli wawukhuphula kanjalo umphongolo wesivumelwano sikaJehova ngokukhamuluka nangezwi lomtshingo, nangamacilongo, nangamasimbali,* ebetha izingubhu namahabhu.*


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite