Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 94:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Qaphelani nina zithutha phakathi kwabantu; nani ziwula, niyakuqonda nini na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Qaphelani nina zithutha eziphakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuqonda nini na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Qondani nina bantu abayiziwula phakathi kwabantu, nani ziwula, niyakuhlakanipha nini na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 94:8
12 Referans Kwoze  

Umuntu oyisilima angekucabange, nesiwula asikuboni.


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, abangalaleliyo, abadukiswayo, sikhonza izinkanuko nokutamasa okuyizinhlobonhlobo, sihlezi ebubini nangomhawu, sizondekile sizondana.


Qha, uyakubona ukuthi abahlakaniphileyo bayafa nokuthi isiwula kanye nesiphukuphuku ziyabhubha, imfuyo yabo bayishiyele abanye.


akakho oqondayo, akakho ofuna uNkulunkulu;


Othanda ukulaywa uthanda ukwazi; ozonda ukusolwa uyisiwula.


Sengathi nga behlakaniphile ukuba bakuqonde lokho, bazindle ngokugcina kwabo.


Bayiziphukuphuku, bayiziwula bonke; ngukulaya kwezithombe; kungumuthi nje,


Lapho amagatsha awo esebunile, ayakwaphulwa, kufike abesifazane, baphembe umlilo kuwo, ngokuba bangabantu abangenakuqonda; ngalokho owabenzayo akayikubahawukela, nowababumbayo akayikuba namusa kubo.


Qondani ukuhlakanipha nina eningenalwazi; nani ziwula, manibe nenhliziyo eqondileyo.


ngaba yisiphukuphuku, angaqonda lutho; ngaba yisilwane kuwe.


“Koze kube nini iziwula zithanda ubuwula, nezideleli zijabula ukudelela, neziwula zizonda ukwazi, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite