Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 93:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 UJehova ophakeme unamandla kunokuholoba kwamanzi amaningi, kunokuduma kwamadlambi olwandle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 USimakade kweliphezulu unamandla ukwedlula ukuhlokoma kwamanzi amaningi, nokuduma kwamadlambi olwandle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UJehova oPhezukonke unamandla kunokuhlokoma kwamanzi amaningi, yebo, kunamaza amakhulu olwandle.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 93:4
9 Referans Kwoze  

othulisa ukuduma kwezilwandle, inhlokomo yamaza azo nomsindo wabantu.


Wena uyabusa ukukhukhumala kolwandle; uma kuphakama amadlambi alo, uyawathulisa.


ngathi: ‘Uyakufika lapha, kepha ungadluli; lapha amaza akho aziqhenyayo ayakumiswa,’ na?


Aningesabi yini,” usho uJehova, “anithuthumeli phambi kwami, mina engibeke isihlabathi sibe ngumkhawulo wolwandle, umncele ophakade olungenakudlula kuwo, na? Noma lugubha, alunakuwahlula; noma luduma, alunakudlula kuwo.


Kepha wena Jehova uphakeme kuze kube phakade.


Ngokuba ngubani osemafwini ongalinganiswa noJehova na? Ngubani phakathi kwamadodana kaNkulunkulu ongafaniswa noJehova na?


Izwi likaJehova linamandla; izwi likaJehova linenkazimulo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite