Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 92:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kepha wena Jehova uphakeme kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Kepha Wena, Simakade, uphakeme kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kodwa wena Jehova ungoPhezukonke kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 92:8
13 Referans Kwoze  

bazi ukuthi nguwe wedwa ogama lakho linguJehova; ungoPhezukonke emhlabeni wonke.


Ngaleso sikhathi uHerode inkosi welula izandla ukuba ahluphe abathile bebandla.


Uma ubona ukudlovelwa kwabampofu nokuphangwa kokwahlulela nokokulunga ezweni, ungamangali ngakho, ngokuba omkhulu uqaphela omkhulu kunaye, futhi kukhona nabakhulu kunabo.


UJehova ophakeme unamandla kunokuholoba kwamanzi amaningi, kunokuduma kwamadlambi olwandle.


Izitha zami zifuna ukungigwinya usuku lonke; ngokuba baningi abalwa nami ngokuzidla.


Kalokhu ngiyazi ukuthi uJehova mkhulu kunabo bonke onkulunkulu, yebo, kulokhu ababebagabisela ngakho.”


Ngokuba bayakusikwa masinyane njengotshani, babune njengemithana eluhlaza.


ngaze ngangena endlini engcwele kaNkulunkulu, ngaqaphelisisa ukugcina kwabo.


Impela ubabeka ezindaweni ezibushelezi; ubawisa babe yincithakalo.


Kepha abaphambukela ezindleleni zabo eziyizinsongensonge uJehova uzakubahambisa kanye nabenza okubi. Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite