Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 92:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Noma ababi behluma njengotshani, nezigangi noma ziqhakaza zonke, kuyenzeka ukuba babhujiswe kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngisho izikhohlakali zingahluma njengotshani, nabo bonke abenza okubi baqhakaze, bayobhubha ingunaphakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho ababi behluma njengotshani, nalapho bonke abenzi bobubi behluma; kungukuthi bayobhujiswa phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 92:7
21 Referans Kwoze  

Kepha abaphambukayo bayakubhujiswa bonke; isikhathi sababi siyakunqunywa.


ngokuba, “Yonke inyama injengotshani, nobukhosi bayo bonke bunjengembali yotshani; utshani buyabuna, nembali iyavuthuluka, kepha izwi leNkosi limi kuze kube phakade.”


“Ngokuba bheka, luyeza usuku, luvutha njengeziko; bonke abaziqhenyayo nabo bonke abenza okubi bayakuba ngamabibi; luyakubashisa lolo suku oluzayo,” usho uJehova Sebawoti, “lungabashiyeli mpande nagatsha.


Kepha manje siyakuthi babusisiwe abaziqhenyayo; yebo, abenza okubi bayakhiwa; noma bemlinga uNkulunkulu, bayakhululwa.’ ”


Bheka, laba bayibo ababi; bazinza njalo; bandisa imfuyo.


Amatende abacindezelayo anokuthula; abathukuthelisayo uNkulunkulu bayalondeka, abaletha unkulunkulu wabo ngezandla zabo.


Abakhe kuyo babe namandla amancane, besaba, bajabha; baba njengotshani basendle, nembali notshani obuluhlaza, nokuluhlaza ezimpahleni zezindlu, namabele ahamukile engakakhuli.


Ngokuba ukuhlehla kwabangenalwazi kuyakubabulala, nokunganaki kweziwula kuyakubabhubhisa.


Bayampompoza, bakhuluma amagangangozi; bayazidla bonke abenza okubi.


ngaba yisiphukuphuku, angaqonda lutho; ngaba yisilwane kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite