Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 91:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Bayakuwa abayizinkulungwane ngaseceleni kwakho, nabayizinkulungwane eziyishumi ngakwesokunene sakho, kepha akuyikufinyelela kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Bayakuwa abayizinkulungwane ngaseceleni kwakho, nabayizinkulungwane ezilishumi ngakwesokunene sakho, kodwa akuyukukuthinta wena.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Bayakuwa abayizinkulungwane ngaseceleni kwakho, nezinkulungwane eziyishumi ngakwesokunene sakho; kodwa ngeke lisondele kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 91:7
6 Referans Kwoze  

Wachitha kanjalo konke okuphilayo ebusweni bomhlaba, abantu, nezinkomo, nezilwanyana ezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu; wakuchitha emhlabeni; kwasala uNowa yedwa kanye nakho okwakukhona naye emkhunjini.


Ngakho-ke yilowo nalowo olungileyo makakhuleke kuwe ngesikhathi sokukufumana; impela kuyakuthi lapho amanzi amakhulu ekhukhula, angafinyeleli kuye.


“Manje bheka, uJehova ungisindisile njengokusho kwakhe le minyaka engamashumi amane nanhlanu, selokhu uJehova akhuluma leli zwi kuMose, u-Israyeli esahamba ehlane; bheka, manje sengineminyaka engamashumi ayisishiyagalombili nanhlanu namuhla.


Ngokuba ngiyakukukhulula nokukukhulula, awuyikuwa ngenkemba, kepha ukuphila kwakho kuyakuba yimpango kuwe, ngokuba ungethembile, usho uJehova.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite