Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 91:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Uyakunyathela ingonyama nebululu, unyathele phansi ibhongo lengonyama nodrako.*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Uyonyathela ingonyama nebululu, ufihlize phansi ibhongo lengonyama nodrago.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uyakunyathela ingonyama nebululu; kufanele unyathele ibhongo lengonyama nodrako.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 91:13
14 Referans Kwoze  

Bhekani, ngininikile igunya lokunyathela izinyoka nawofezela naphezu kwamandla onke esitha; anisoze noniwa lutho.


UNkulunkulu uthumile ingelosi yakhe, wavimba imilomo yezingonyama, azingilimazanga, ngokuba kwafunyanwa kimi ukungabi nacala phambi kwakhe; naphambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi.”


baphathe izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akusoze kwaba nangozi; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”


UDavide wathi: “UJehova owangophula ozisheni lwengonyama nasozisheni lwebhere* uyakungophula nasesandleni salowo mFilisti.” USawule wathi kuDavide: “Hamba, uJehova uyakuba nawe.”


kodwa iNkosi yangimela, yangipha amandla ukuba intshumayelo ipheleliswe ngami, nabezizwe bonke bezwe; ngase ngikhululwa emlonyeni wengonyama.


Kepha uNkulunkulu wokuthula uzakumchoboza masinyane uSathane phansi kwezinyawo zenu. Umusa weNkosi yethu uKristu mawube nani.


Ngalolo suku uJehova uyakuhambela ngenkemba yakhe elukhuni enkulu nenamandla uLeviyathani,* inyoka esheshayo, uLeviyathani, inyoka ethandelayo, abulale udrako* oselwandle.


Wayesephonswa phansi udrako omkhulu, inyoka endala ethiwa uMhlebi noSathane, odukisa izwe lonke, waphonswa phansi emhlabeni, nezingelosi zakhe zaphonswa kanye naye.


Isihlungu sabo sinjengesihlungu senyoka; banjengebululu eliyisithulu, elivimba indlebe yalo,


Umphimbo wabo uyiliba elivulekileyo, ngezilimi zabo bayakhohlisa, isihlungu sezinyoka siphansi kwezindebe zabo;


Ngokuba unesivumelwano namatshe asendle; izilo zasendle zihlalisana kahle nawe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite