Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 90:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 ekuseni buyakhahlela, buhlume; kusihlwa bunqunywe, bubune.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ekuseni buyahluma, bukhahlele, kusihlwa bubune, bunqunywe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ekuseni liyakhahlela likhule; kusihlwa iyanqunywa, ibune.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 90:6
7 Referans Kwoze  

Uyavela njengembali, abune; ubaleka njengethunzi, angemi.


Noma ababi behluma njengotshani, nezigangi noma ziqhakaza zonke, kuyenzeka ukuba babhujiswe kuze kube phakade.


Ngokuba ilanga liphuma libalele, libunisa utshani, imbali yabo iwele phansi, nobuhle besimo sabo bunyamalale; kanjalo nesicebi siyakudlula ezindleleni zaso.


Uma uNkulunkulu embathisa kanjalo utshani basendle obukhona namuhla, ngomuso buphonswe eziko, akayikunembathisa kakhulu nina eninokukholwa okuncane na?


Ngenxa yezwi lokububula kwami amathambo ami anamathele enyameni yami.


Kepha wena Jehova uyakuhlala kuze kube phakade, nesikhumbuzo sakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Izwi liyakhuluma lithi: “Memeza!” Ngathi: “Ngiyakumemezani na?” Inyama yonke ingutshani, bonke ubuhle bayo bunjengembali yasendle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite