Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 9:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ngiyakujabula, ngethabe kuwe; ngiyakudumisa igama lakho wena oPhezukonke,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Ngiyakuthokoza, ngethabe kuwe; ngilihubele igama loPhezukonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngiyakujabula, ngethabe ngawe; Ngifuna ukudumisa igama lakho, O oPhezukonke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 9:2
18 Referans Kwoze  

bazi ukuthi nguwe wedwa ogama lakho linguJehova; ungoPhezukonke emhlabeni wonke.


Kepha mabajabule bonke abathemba kuwe, bahalalise kuze kube phakade, abathanda igama lakho bethabela kuwe.


Ngizakumbonga uJehova ngokokulunga kwakhe, ngihubele igama likaJehova oPhezukonke.


Ngokuba wena Jehova uphezu komhlaba wonke, uphakeme kakhulu phezu kwawonkulunkulu bonke.


UJehova ungamandla ami nesihlangu sami; inhliziyo yami ithembe kuye, ngasizwa; ngakho-ke inhliziyo yami iyethaba; ngizakumdumisa ngesihlabelelo sami.


Thokozani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: Thokozani!


Jabulani kuJehova nina balungileyo, nibonge igama lakhe elingcwele.


Kuhle ukumbonga uJehova nokuhubela igama lakho wena oPhezukonke;


“E nkosi, uNkulunkulu oPhezukonke wanika uNebukadinesari uyihlo umbuso, nobukhulu, nodumo, nobukhosi;


Ngokuba ungithokozisile, Jehova, ngezenzo zakho; ngiyakumemeza ngokujabula.


ngize ngifike kulo i-altare likaNkulunkulu, kuNkulunkulu wenjabulo yokwethaba kwami, ngikudumise ngehabhu,* Nkulunkulu, Nkulunkulu wami.


Nakalokhu ikhanda lami lizakuphakama ngaphezu kwezitha zami ezingihaqileyo; ngizakunikela iminikelo yokwethaba etendeni lakhe, ngihlabelele, ngidumise uJehova ngogubhu.


ukuba ngizwakalise izwi lokudumisa, ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho.


Ngiyakukubonga, Nkosi Nkulunkulu wami, ngenhliziyo yonke yami, ngidumise igama lakho kuze kube phakade.


Landani inkazimulo yakhe phakathi kwabezizwe, izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.


Ngiyakukubonga ngenhliziyo yami yonke; phambi kwawonkulunkulu ngiyakukuhubela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite