Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngokuba ngubani osemafwini ongalinganiswa noJehova na? Ngubani phakathi kwamadodana kaNkulunkulu ongafaniswa noJehova na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngubani osemafini ongalinganiswa noSimakade na? Ngubani phakathi kwamadodana kaNkulunkulu ongafaniswa noSimakade na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngoba ngubani ezulwini ongalinganiswa loJehova? Ngubani phakathi kwamadodana anamandla ongalinganiswa noJehova na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:6
10 Referans Kwoze  

Phakathi kwawonkulunkulu akakho onjengawe Nkosi; akukho okunjengemisebenzi yakho.


Ukulunga kwakho, Nkulunkulu, kufinyelele ezulwini; wena owenze izinto ezinkulu, Nkulunkulu, ngubani onjengawe na?


Akakho onjengawe Jehova; umkhulu, igama lakho likhulu ngobuqhawe.


Ngubani onjengoJehova uNkulunkulu wethu, ohlezi phezulu,


Mnikeni uJehova, nina madodana kaNkulunkulu, mnikeni uJehova udumo namandla.


“Ngubani onjengawe Jehova phakathi kwawonkulunkulu; ngubani onjengawe okhazimula ngobungcwele, owesabeka ngezibongo, owenza izimangaliso, na?


Nginobani ezulwini na? Uma nginawe, angifuni lutho emhlabeni.


Jehova Nkulunkulu Sebawoti, ngubani onjengawe na? Unamandla, Jehova, nokuthembeka kwakho kuyakuhaqa.


Uzigabiselani ngokubi wena siqhwaga na? Umusa kaNkulunkulu umi njalo.


Jehova Nkulunkulu wami, ziningi izimangaliso zakho ozenzileyo, nezizindlo zakho ngathi; akukho okungafaniswa nawe; uma ngiyilanda, ngiyisho, miningi kunokuba ibalwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite