Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngelakho izulu, ngowakho umhlaba; izwe nokugcwala kwalo, kukho konke ubeke isisekelo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Izulu lingelakho, nomhlaba ungowakho, izwe nokugcwala kwalo, kukho konke, nguwe obeke isisekelo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Izulu lingelakho, umhlaba ungowakho; izwe nokugcwala kwalo, wena walisekela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:11
11 Referans Kwoze  

Ngobakho, Jehova, ubukhulu, namandla, nodumo, nenkazimulo, nobukhosi, ngokuba konke okusezulwini nasemhlabeni kungokwakho; ngowakho umbuso, Jehova; wena uphakeme, uyinhloko phezu kwakho konke.


Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba.


Izulu liyizulu likaJehova, kepha umhlaba wawunika abantwana babantu.


ngokuba umhlaba ungoweNkosi, nakho konke okukuwo.


Uma bengilambile, bengingekutshele wena, ngokuba ungowami umhlaba wonke nokugcwala kwawo.


Kwase kupheleliswa izulu nomhlaba kanye nombuthano wakho wonke.


Kepha uma umuntu ethi kini: “Lokhu kuhlatshelwe izithombe,” ningakudli ngenxa yalowo okushiloyo nangenxa kanembeza,


Ngubani ongandulele ukuba ngimbuyisele na? Konke okuphansi kwezulu kungokwami.


Uqondile ububanzi bomhlaba na? Yisho, uma ukwazi konke.


Vuka, vuka, wembathe amandla wena mkhono kaJehova, vuka njengasezinsukwini zasendulo, ezizukulwaneni zamandulo. Akusuwe owamnquma kabili uRahabi, wamgwaza udrako,* na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite