Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 89:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wena uchobozile uRahabi njengobuleweyo; uhlakazile izitha zakho ngengalo yakho enamandla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 URahabi umchoboze wanjengobuleweyo, ngengalo yakho enamandla, wahlakaza izitha zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wena waphohloza uRahabi njengomuntu ohluliwe; Uhlakazile izitha zakho ngengalo yakho enamandla.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 89:10
12 Referans Kwoze  

Imibani mayinyazime, ubahlakaze; thuma imicibisholo yakho, ubaphithizise.


Ngiyakubala uRahabi neBabele kulabo abangaziyo; yebo, iFilistiya neThire kanye neKushe azalelwa khona.


Zikhuze izilwane zasemhlangeni, umhlambi wezinkunzi kanye namankonyane abantu, azithobise phansi ngezinqamu zesiliva; uyazihlakaza izizwe ezithanda ukulwa.


Bheka, uJehova wenza ize umhlaba, awuchithe, agumbuqele ubuso bawo, ahlakaze abakhileyo kuwo.


Makavuke uNkulunkulu, zihlakazeke izitha zakhe; abamzondayo babaleka phambi kwakhe.


Ungazibulali, funa abantu bami bakhohlwe; zizulise ngamandla akho, uzilahle phansi, Nkosi, sihlangu sethu.


UNkulunkulu wake walinga yini ukuhamba eyozithabathela isizwe phakathi kwesinye isizwe ngezilingo, nangezibonakaliso, nangezimangaliso, nangempi, nangesandla esinamandla, nangengalo eyeluliweyo, nangengebhe enkulu njengakho konke uJehova uNkulunkulu wenu anenzela khona eGibithe phambi kwamehlo enu, na?


Abakhile emikhawulweni yomhlaba bayesaba ngezibonakaliso zakho; uyethabisa impumalanga nentshonalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite