Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 88:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kuyangisinda ukuthukuthela kwakho; amadlambi akho onke ayangicindezela phansi. Sela*

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ukuthukuthela kwakho kuphezu kwami; ungishaye ngamadlambi akho wonke. Sela

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ulaka lwakho luyangisinda, ungichobozile ngamadlambi akho onke. Sela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 88:7
14 Referans Kwoze  

Utwa lubizana notwa ekuhlokomeni kwezimpophoma zakho; onke amadlambi akho namaza akho eqile phezu kwami.


yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze kuthi sesifile ezonweni siphile ekulungeni, oyena imivimbo yakhe naphulukiswa ngayo;


Ngokuba imicibisholo kaSomandla ikimi; isihlungu sayo siphuzwa ngumoya wami; izesabiso zikaNkulunkulu ziyangehlela.


Okholwa yiNdodana unokuphila okuphakade; kepha ongakholwa yiNdodana kayikubona ukuphila, kodwa intukuthelo kaNkulunkulu ihlezi phezu kwakhe.”


Wangiphonsa ekujuleni, enhliziyweni yolwandle, umfula wangihaqa; onke amadlambi akho namaza akho adlula phezu kwami.


Ngenxa yentukuthelo nolaka lwakho ungifukulile, wangilahla.


Ngokuba siyaqedwa yintukuthelo yakho, nangolaka lwakho siyabhubha.


Jehova, ungangijezisi ngentukuthelo yakho, ungangishayi ngolaka lwakho.


Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami, uloya lwami loma njengokomisa kwehlobo. Sela*


Nokuba bengiziphakamisa, ubuyakungizingela njengengonyama, ubuye uzenze omangalisayo kimi.


Ngikhathele ukukhala kwami, umphimbo wami ushile; amehlo ami ayafiphala ekulindeleni uNkulunkulu wami.


Ngathi mina: ‘Ngixoshiwe emehlweni akho;’ nokho ngiyakubuye ngibheke ithempeli lakho elingcwele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite