Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 86:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngenzele isiboniselo sokuhle, ukuze abangizondayo babone, bajabhe, ngokuba wena Jehova uyangisiza, uyangiduduza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Ngibonise isibonakaliso somusa wakho, ukuze abangizondayo bakubone lokho, bajabhe, ngokuba Wena Simakade, uyangisiza, uyangiduduza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngitshengiseni isibonakaliso sokuhle; ukuze abangizondayo babone, bajabhe, ngokuba wena Jehova ungithembile, ungiduduzile.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 86:17
11 Referans Kwoze  

Wathi kuye: “Uma ngifumene umusa emehlweni akho, unginike isibonakaliso ukuthi nguwe okhuluma nami.


Bengilindela uJehova; wayesezikhothamisela kimi, wezwa ukukhala kwami.


onjalo anikelwe kuSathane kukho ukubhubha kwenyama, ukuze umoya usindiswe ngosuku lweNkosi uJesu.


Abamelene nami mabembeswe amahloni, bagqoke ukujabha njengesambatho.


Kepha uHezekiya wathi: “Yisibonakaliso sini sokuba ngiyakwenyukela endlini kaJehova na?”


Izimpawu zethu asiziboni; akusekho mprofethi; akakho kithina owaziyo ukuthi koze kube nini.


Uyakusho ngalolo suku ukuthi: “Ngiyakubonga, Jehova, ngokuba wangithukuthelela, kepha intukuthelo yakho isibuyile, uyangiduduza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite