Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 82:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kanti nokho niyakufa njengabantu nje, niwe njengesinye sezikhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kanti nokho niyakufa njengabantu nje, niwe njengesinye sezikhulu.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa niyokufa njengabantu futhi niwe njengesinye sezikhulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 82:7
5 Referans Kwoze  

ukuba kungabikho muthi ngasemanzini okhukhumala ngokuphakama kwawo, ungabeki isihloko sawo emafwini, yebo, nenamandla ingemi ngokuziphakamisa, yonke ephuze amanzi; ngokuba yonke inikelwe ekufeni kokuphansi komhlaba phakathi kwabantwana babantu, kwabehlelayo egodini.


Kepha umuntu, nokuba enodumo, akayikuma; ufana nezilwane ezibhubhayo.


Uyayiswa ethuneni, kulindwe elibeni.


Amakhosana abo wenze abe njengo-Orebi noZebi, nabakhulu babo bonke njengoZeba noSalimuna


Usasho phambi kokubulalayo ukuthi: “Ngingunkulunkulu mina,” ingani ungumuntu, ungesiye uNkulunkulu, esandleni sokugwazayo, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite