Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 81:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Abazondi bakaJehova bebeyakuzithobela kuye, kepha isikhathi sabantu bami besiyakuba khona kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Abazonda uSimakade bayakuzithoba kuye, ukubhujiswa kwabo kube phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Abazondayo uJehova bebeyakuzithoba kuye, kepha isikhathi sabo siyakuma phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 81:15
13 Referans Kwoze  

abaphindisele abamzondayo ebusweni babo, ababhubhise; akayikulibala kuyena omzondayo, uyakumphindisela ebusweni bakhe.


beyizinyevuzi, nabazonda uNkulunkulu, nezidlova, nabazidlayo, nabazigabisayo, nabaqambi bokubi, nabangalaleli abazali,


Ngokuba ukunaka kwenyama kungubutha kuNkulunkulu; ngokuba akuwuthobeli umthetho kaNkulunkulu, yebo, futhi kungekwenze;


Kepha uJuda uyakuhlala kuze kube phakade, neJerusalema ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Abantwana bezinceku zakho bayakuhlala; inzalo yabo iyakuma phambi kwakho.”


Ngokuba umusa wakho umnandi kunokuphila; izindebe zami ziyakukudumisa.


ungazikhothameli, ungazikhonzi, ngokuba mina Jehova uNkulunkulu wakho nginguNkulunkulu onomhawu, ngihambela ububi bawoyise kubantwana kuso isizukulwane sesithathu nesesine sabangizondayo,


Abayikwakha, kuhlale omunye; abayikutshala, kudle omunye, ngokuba izinsuku zabantu bami ziyakuba njengezinsuku zomuthi, nomsebenzi wezandla zabakhethiweyo bami uyakugugela kubo.


“ ‘Uma nihamba ngezimiso zami, nigcine imiyalo yami, niyenze,


Niyakuxosha izitha zenu, ziwe phambi kwenu ngenkemba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite