Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 80:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Wakhipha umvini eGibithe, waxosha abezizwe, watshala wona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ukhiphe umvini eGibhithe, wasusa izizwe, wawutshala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wakhipha umvini eGibithe, waxosha izizwe, wawutshala.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 80:8
16 Referans Kwoze  

Mina ngakutshala ungumvini omuhle, imbewu elungileyo yodwa; pho, uphenduke kanjani waba yigatsha elonakeleyo kimi, elomvini wabezizwe, na?


Nguwe owabaxosha abezizwe ngesandla sakho, kepha bona wabatshala; wazichitha izizwe, kepha bona wabandisa.


Yamila, yaba ngumvini owenabayo, omfushane ngesimo, ukuze amagatsha awo abhekane nalo, nezimpande zawo zibe phansi kwalo; waba ngumvini-ke, waveza amagatsha, wakhipha amahlumela.


Abelusi abaningi basichithile isivini sami, basinyathele phansi isabelo sami, benze ifa lami elinxanelekayo ihlane elichithakeleyo.


obaba benoJoshuwa balamukela, balingenisa ezweni lezizwe azixoshayo uNkulunkulu ebusweni bawobaba, kwaze kwaba semihleni kaDavide


“ ‘Unyoko wayenjengomvini, usahlezi ngokuthula, utshalwe ngasemanzini; wawunezithelo namahlumela ngenxa yamanzi amaningi.


“Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Njengomuthi womvini phakathi kwemithi yasehlathini engiwunike umlilo ukuba uqedwe, kanjalo ngiyakunikela abakhileyo eJerusalema.


Waxosha abezizwe phambi kwabo; edabula izwe wababela ifa, wahlalisa izizwe zakwa-Israyeli ematendeni azo.


bonke abakhileyo ezintabeni, kusukela eLebanoni kuze kube seMisirefoti Mayimi, onke amaSidoni; mina ngiyakuwaxosha phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, wena-ke ulabele abakwa-Israyeli ngenkatho, libe yifa njengokukuyala kwami.


Jehova, mawungangijabhisi, ngokuba ngiyakubiza; mabajabhiswe ababi, bathuliswe endaweni yabafileyo.


Isizwe sakho usibonisile izinto ezinzima; usiphuzisile iwayini, sabhuyazela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite