Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 80:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wabapha isinkwa sezinyembezi, wabaphuzisa izinyembezi ngesilinganiso esikhulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ubondle ngesinkwa sezinyembezi, wabaphuzisa izinyembezi ngesilinganiso esikhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ubapha isinkwa sezinyembezi; wabaphuzisa izinyembezi ngesilinganiso esikhulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 80:5
9 Referans Kwoze  

Noma iNkosi iyakukunika isinkwa sosizi namanzi okuhlupheka, abafundisi bakho abasayikucasha, kodwa amehlo akho ayakubabona abafundisi bakho,


Izinyembezi zami zingukudla kwami imini nobusuku, ngokuba usuku lonke bathi kimi: “Uphi uNkulunkulu wakho na?”


Ngokuba ngidlile umlotha njengesinkwa, nophuzo lwami ngiluxubanisile nezinyembezi.


Umphefumulo wami uyala ukukuthinta, kungukudla okunengekayo kimi.


Nkulunkulu, usilahleleni kuze kube phakade na? Intukuthelo yakho ithunqelelani izimvu zedlelo lakho na?


Koze kube nini, Jehova, uthukuthele njalo, ukushisekela kwakho kuvutha njengomlilo, na?


Wazembesa ulaka, wasixosha, wabulala, ungahawukelanga.


Wazembesa ifu, ukuze imikhuleko yethu ingafinyeleli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite