Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 80:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 khona asisayikuhoshekela emuva kuwe; siphilise, khona siyakukhuleka egameni lakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Khona singaseyukubuye sikufulathele; siphilise, khona sizokhuleka egameni lakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngakho kasiyikusuka emuva kuwe; siphilise, khona siyakubiza igama lakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 80:18
16 Referans Kwoze  

Mela indaba yami, ungihlenge, ungiphilise ngokwezwi lakho.


Ngiyahlupheka kakhulu; Jehova, ngiphilise ngokwezwi lakho.


Bheka, ngiyalangazelela iziyalezo zakho; ngiphilise ngokulunga kwakho.


Umphefumulo wami unamathela othulini; ngiphilise ngokwezwi lakho.


Ngidonse emva kwakho, sigijime; inkosi isingingenisile emakamelweni ayo. Siyakujabula, sithokoze ngawe, sikhulume ngothando lwakho kunewayini. Kufanele ukuba bakuthande.


Phendula amehlo ami, angaboni okuyize, ungiphilise endleleni yakho.


Khona thina bantu bakho, izimvu zedlelo lakho, siyakukubonga kuze kube phakade, sishumayele udumo lwakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Awuzukusivusa, sibuye siphile, ukuze abantu bakho bathokoze ngawe, na?


Wena owasizwisa izinhlupheko eziningi ezimbi, uyakubuye usiphilise, usikhuphule ezinzulwini zomhlaba.


Ububele bakho, Jehova, bukhulu; ngiphilise ngokwezahlulelo zakho.


u-Ezra lo wakhuphuka eBabele; wayengumbhali echwepheshile emthethweni kaMose awunikiweyo nguJehova uNkulunkulu ka-Israyeli; inkosi yamnika konke akucelayo ngokwesandla sikaJehova uNkulunkulu wakhe esasiphezu kwakhe.


Ngokuba ngolokuqala lwenyanga yokuqala waqala ukukhuphuka eBabele; ngolokuqala lwenyanga yesihlanu wafika eJerusalema ngokwesandla esihle sikaNkulunkulu wakhe esasiphezu kwakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite