Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 80:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Nkulunkulu Sebawoti, mawubuye; bheka usezulwini, ubone, unakekele lo mvini,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Nkulunkulu Wamabandla, phenduka, siyakucela, bheka phansi usezulwini, ubone, bese uwunakekela lo mvini,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Buya, Nkulunkulu Sebawoti, ubheke phansi usezulwini, ubone, uhambele lo mvini;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 80:14
10 Referans Kwoze  

Bheka usezulwini, ubone usendaweni yobukhosi bakho neyodumo lwakho: kuphi ukushisekela kwakho nemisebenzi yakho yamandla na? Ukuvutha kwesihe sakho nobumnene bakho kugodliwe kimi.


Kusukela emihleni yawoyihlo nichezukile ezimisweni zami, anizigcinanga. Buyelani kimi, ngiyakubuyela kini,” usho uJehova Sebawoti. “Nokho nithi: ‘Siyakubuyela kanjani?’


Jehova, usidukiselani ezindleleni zakho, uzenze lukhuni izinhliziyo zethu zingakwesabi, na? Buya ngenxa yezinceku zakho, izizwe zefa lakho.


Buya, Jehova! Koze kube nini na? Hawukela izinceku zakho.


“ ‘Emva kwalokho ngiyakubuya, ngiyakhe futhi indlu kaDavide ewileyo, ngibuye ngakhe okudilikileyo kwayo, ngiyimise,


Ngubani owaziyo uma engayikubuya, ahawukele, ashiye isibusiso emva kwakhe, kube ngumnikelo wempuphu nomnikelo wokuphuzwa kuJehova uNkulunkulu wenu, na?


aze abheke uJehova, abone esezulwini.


UJehova uyabheka esezulwini; uyababona bonke abantwana babantu.


Umhlangano wezizwe mawukuphahle, ubuyele phezulu ngaphezu kwawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite