Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 8:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Wamenza waba ngaphansana kukaNkulunkulu, wamqhelisa ngenkazimulo nangobukhosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Umenzile waba ngaphansana kukaNkulunkulu, wamthwesa umqhele wodumo nobukhosi,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngokuba wamenza waba mncinyane kancane kunezingelosi, wamthwesa umqhele wenkazimulo nodumo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 8:5
18 Referans Kwoze  

Isikhashana wamenza waba mncinyane kunezingelosi; wambeka umqhele wenkazimulo nodumo, wammisa phezu kwemisebenzi yezandla zakho, izinto zonke wazibeka phansi kwezinyawo zakhe.”


kodwa siyambona owenziwe waba mncinyane isikhashana kunezingelosi, uJesu, ebekiwe umqhele wenkazimulo nodumo ngenxa yokuhlupheka kokufa, ukuze ngomusa kaNkulunkulu ezwe ukufa ngenxa yabo bonke.


Ngokuba akahlangulisi izingelosi, kodwa uhlangulisa inzalo ka-Abrahama.


ngaphezu kwakho konke ukubusa, negunya, namandla, nobukhosi, namagama onke aphathwayo, kungekuleli zwe lodwa kepha nakulo elizayo;


okhulula ukuphila kwakho ekubhujisweni, okuqhelisa ngomusa nangobubele;


UJehova uNkulunkulu wambumba umuntu ngomhlabathi, waphefumulela emakhaleni akhe umoya wokuphila; kanjalo umuntu waba umphefumulo ophilayo.


Bongani uJehova nina zingelosi zakhe, nina maqhawe anamandla enenza okwezwi lakhe nilalela ukukhuluma kwezwi lakhe.


Isihlalo sakho sobukhosi, Nkulunkulu, singesaphakade naphakade; intonga yobuqotho iyintonga yombuso wakho.


U-Abisalomu wayesethumela kuJowabe ukuba amthume enkosini, kepha akavumanga ukuza kuye; waphinda wathumela ngokwesibili, kepha akavumanga ukuza.


Uyini umuntu ukuba umkhulise, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye,


Jehova, uyini umuntu ukuba umazi, nendodana yomuntu ukuba uyikhumbule, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite