Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 79:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngokuba sebemdlile uJakobe, umuzi wakhe sebewuchithile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Ngokuba sebemdlile uJakobe, umuzi wakhe sebewubhubhisile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngoba bamdlile uJakobe, bachitha indawo yakhe yokuhlala.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 79:7
9 Referans Kwoze  

Ngentukuthelo enkulu ngiyathukuthelela izizwe ezizinzileyo, ngokuba lapho ngithukuthele kancane nje, zandisa okubi.’


Bonke ababafumanayo babaqeda; abamelene nabo bathi: ‘Asitholi icala; ngokuba bonile kuJehova, ikhaya lokulunga, ithemba lawoyise, uJehova.’


Ingulube yasehlathini iyawudla, nezilwane zasendle ziyawuqothula.


ukuba ligcwaliseke izwi likaJehova ngomlomo kaJeremiya, lize laneliswe izwe ngamasabatha alo sonke isikhathi liyincithakalo laligcina isabatha kuze kugcwaliswe iminyaka engamashumi ayisikhombisa.


i-Aramu ngaphambili namaFilisti ngasemuva, bamudle u-Israyeli ngomlomo okhamisiweyo; kukho konke lokhu intukuthelo yakhe ayibuyi, isandla sakhe siseluliwe.


Ungathukutheli kakhulu, Jehova, ungakhumbuli njalo ububi. Bheka, mawubone ukuthi sonke singabantu bakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite