Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:54 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 Wabayisa emnceleni wakhe ongcwele, entabeni esasiyizuzile isandla sakhe sokunene.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

54 Wabayisa emngceleni wakhe ongcwele entabeni eyayizungezwe yisandla sakhe sokunene.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Wabayisa emkhawulweni wendlu yakhe engcwele, kule ntaba esasiyithengile isandla sakhe sokunene.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:54
9 Referans Kwoze  

Ngokuba abalidlanga izwe ngenkemba yabo, nengalo yabo ayibasindisanga; kepha kwaba yisandla sakho sokunene, nengalo yakho, nokukhanya kobuso bakho, ngokuba wawubathanda.


Uzakubangenisa, ubatshale entabeni yefa lakho, indawo ozenzele yona, Jehova, ukuba uhlale kuyo, indlu engcwele, Nkosi, eziyimisile izandla zakho.


oyisibambiso sefa lethu, kube ngukuhlengwa kokungokwakhe, ukuze kutuswe inkazimulo yakhe.


Iyakumisa itende lendlu yayo yobukhosi phakathi kolwandle nentaba enhle engcwele; kepha iya nokho ekupheleni kwayo, akakho ongayisiza.


Abayikwenza okubi, bangachithi entabeni yonke yami engcwele, ngokuba umhlaba uyakugcwala ukumazi uJehova njengamanzi asibekela ulwandle.


Nina zintaba ezineziqongo, yini ukuba niyibuke ngomhawu intaba uNkulunkulu athanda ukuhlala kuyo na? Yebo, uJehova uyakuhlala kuyo kuze kube phakade.


“Ngomusa wakho wabahola abantu obahlengileyo; ngamandla akho wabayisa endlini yakho engcwele.


bangena balidla, kepha kabalilalelanga izwi lakho, abahambanga emthethweni wakho, abenzanga lutho lwakho konke owabayala ngakho ukuba bakwenze; ngalokho ubehlisele konke lokhu okubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite