Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:53 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 Wabahola kahle, abaze besaba; kepha ulwandle lwasibekela izitha zabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

53 Wabahola kahle, abaze besaba; ulwandle lwazisibekela izitha zabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

53 Wabahola kahle, ukuba bangesabi, kepha ulwandle lwasibekela izitha zabo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:53
9 Referans Kwoze  

Waphephetha ngomoya wakho, ulwandle lwabasibekela; baminzisa okomthofu emanzini anamandla.


Ngokukholwa badabula uLwandle Olubomvu kungathi kusemhlabathini owomileyo, okwathi abaseGibithe bekulinga lokho, baminza.


owachitha uFaro nempi yakhe eLwandle Olubomvu, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


UJehova wayesethi kuMose: “Ukhalelani kimi na? Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bahambe.


UMose wathi kubantu: “Ningesabi; qinani, nibone ukusindisa kukaJehova azakunenzela khona namuhla, ngokuba abaseGibithe enibabonile namuhla anisayikubuye nibabone naphakade.”


UMose walalela izwi lomukhwe wakhe, wakwenza konke akushilo.


Amanzi asibekela izitha zabo; akwasala noyedwa kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite